LOOKING FOR MY FATHERS CHILDS

igama lami ngingu Sandile Mbatha indodana ka Sipho Mbatha osesithombeni. Ngicela ningisize ukuba ngithole izingane zakwethu engingazazi amagama azo, zingamawele umfana nentombazane. Umama wazo Ngu NOMZAMO SOSIBO odabuka e-Transkei. Bahlangana nobaba wami u-SIPHO MBATHA eThekwini kwaMASHU, kanti yena wayehlala e-MAOTI . Wayedayisa izingubo zokugqoka umama NOMZAMO. Izaingane wazithatha waziyisa eGOLI kubaba wakhe zisancane. Ezango nyaka ka-1986 Amawele. Ngyacela omaziyo umama NOMZAMO SOSIBO angazisele yena kuthi umndeni wakwaMBATHA udinga ukwazi ihlobo zabo.

OKHATHAZEKILE
UMNDENI Wakwa MBATHA From ESHOWE.

One response to “LOOKING FOR MY FATHERS CHILDS

Leave a Reply