khumbulekhaya please help me find my fathers family

Dear khumbulekhaya
Igama lami ngingu Luzuko Rodney Xego, ngazalwa 1988 august 12, Ingihlala e eastrand (jhb) ngihlala no mama wami u Theorine Zukiswa Xego.
Ngicela abakwa khumbulekhaya bangisize ngithole umndeni wakabo baba wami engingamazi igama lakhe ngu Juel Mabaso sewashona wayesebenza kwa Den Perkins e faraday (jhb) wayehlala e daveyton ehlala ne ndodana yakhe u Rikkie Mabaso no sisi wakhe ongu Flora Mabaso kodwa usebenzisa isibongo salapho ashadele khona kuthiwa bathenga indlu e Thembisa.
Ngingajabula kakhulu uma ngingahlangana nabo nami ngizokwazi imvelaphi yami ukuze nami ngibe ubaba ophelele abantwaneni bami nabo bakhule beyazi imvelaphi yabo

Ngitholakala kule number 0847156318

Leave a Reply