IM LOOKING FOR MY FATHERS FAMILY

Igama ngingu Fanyana Mfanuyedwa Ngwenya wango 1958-04-13.Ngicela ning’funise uJoseph Msibi okade akhe endaweni yaseLigwa eStanderton.

uMama wami ngu Julia Vilakazi,uma ngizwa ngo Mama uthi ugogo ozala ubaba ngu Mdorana. Ngifuna ubaba ingoba ngifuna ukwazi umdeni wami wonke wakwa msibi.

Umdeni wakwa Msimbi kuthiwa wathuthela endaweni yase Balfour.

Umama ong’zalayo wa shona ngonyaka ka 2006,Ubaba obekade agane umama uNgwenya naye usishiye ngonyaka ka 2014

Manje ngibhalele ikhumbulekhaya uthi ning’funise umdeni wami ngoba sengisele ngedwa. izinombolo zami 083 3463 256 endaweni yase Witbank Ext 16,Stand 6127

For more information call Mandla Mkhonza 082 586 1118

Leave a Reply