im looking for my father

Dear khumbulekhaya ngicela ukufuniswa ubaba wami uMduduzi Bernard Nkosi owashiya umama ngingakazalwa umama uthi wayehlala eNinemile eMadadeni impilo Yami ayikho Lula kusukela kwashona umama wami yingakho ngicela ukufuniswa ubaba wami umama wami wayengu nkosikhona Mthabela ngingajabula ma ngingakhona ukumthola noma ngingasatholanga yena ngithole umndeni wakwaNkosi

One response to “im looking for my father

Leave a Reply