HELP ME FIND MY DAD OR SIGILA/SIGIDLA FAMILY

Hi Andile and the crew..Igama lami nginguPuceletso Nontobeko Mazibuko ngingowaseMnambiti ngokuhlala.Ngizalwa nguThuli Mazibuko ongasekho emhlabeni.Ngicela ukufuniswa ubaba okuthiwa nguThomas Sigils noma Sigidla bengisemncane ngitshelwa ngobaba ngakho angazi noma ngisisho kahle lesbongo.ubaba uThomas bahlanga nomama edolobheni laseIxopo noma elaseRichmond,umama uke wasebenza nase Illovu futhi uke wahlala nasendaweni yasePhatheni .Cishe ubaba umama wamgcina ekhulelwe ngoba asazani naye ubaba yena angazi owakuphi indawo kodwa wathi umama wayethetha IsiXhosa …0766862432

Leave a Reply