Dear khumbulekhaya ngibhala lencwadi mayelana nokufuniswa ubaba wam

Dear khumbulekhaya igama lami ngingu Dolly nobuhle xaba ngineminyaka engu18,bengsacela ningifunise ubaba wami ogama lakhe lingu Chris Shabangu okusolakala ukuth useMpumalanga uyiphoyisa,angimazi ngokumbona selokhu ngazalwa so ukumthola kwami kungab enkulu intokozo kimi mhlampe nempilo yam ingashintsha ngcela if kukhona okutholakayo ngaye nithinte mina kule namba 0790750959, ngyabonga

Leave a Reply