dear khumbulekhaya

igama lami ngingu Thuli Jali,ngicela ningisize ngifuniswe uLucky Nhlanhla Sibisi owayesebenza eFrangos Chicken eAshley-Pinetown wayesebenza no Chris kanye noPaul,ulucky wahamba ephindela kwelakubo ngo 1999 emva kokuvalwa kwenkampani iFrangos chicken.washiya umama wami ayezwana naye uEunice.B.Mbotho owayesebenza emejalidini ase Ashley ekhulelwe ingane yomfana asphindanga sezwa ngaye noma afonele umama kuze kube yimanje .manje ubhuti wami uyamdinga ubaba wakhe uhleze ekhala mihla namalanga efuna ubaba wakhe,ngicela onolwazi angisize ngiyabonga

Leave a Reply