bengicela ukufuniswa ubaba wami igama lakhe uThabo Mfukeng

Igama lami uMfanafuthi Mpharanyana Gabela ngonkokuhlala ngiKwa Mashu, bengicela ukufuniswa ubaba wami igama lakhe uThabo Mfukeng. Uma kukhona omaziyo ngiyacela angixwumanise naye.ngigcina ukumubona wayesebenza ku N2 ngaseStenga unyaka ngalesosikhathi uma ngingaphosisi kwa 1988/1989 kwaba ukugcina kwami ukumubona. Uma ngizwa ngoMa uthi ubaba ekhaya kubo iseqwaqwa endaweni kaMshweshwe. Igama likaMa uSibusaphi Nonhlahla Gabela

Leave a Reply