Thulani Sabelo Mdlaloseu

Ubehlala eThekwini esebenza KHONA wanyamalala ngonyaka 2010 ngabo June bastshela kuthi sekuphele is on to endlini yakhe kungakhiyiwe akekho kodwa konke okwakhe kukhona phakathi .ID,SENIOR SERTIFICATE&HIS CLOTHES sakulanda sakuletha ekhaya .eMooi river .bengcela owake wamfanisa umuntu okanje angithinte ngfuna ukuthi usaphila yini LA kakhona ngoba umama wethu kuyamhlukumeza kakhulu ukduka kuka bhuti wami .ngyacela ningisize .ngeke ngithi abuye ekhaya kodwa sifuna ukwazi ukuthi upright LA ekhona inamba yami ithi 0740124965ngihlukumezekile ngokuhamba kwakhe noma ngabe wangitshela ke kuthi uyahamba kodwa kwakuzoba ukwazi kwami ngangingeke ngitshele muntu ngoba ngangzobe ngazi uhambelani .beyithemba kimi ngoba benginaye yedwa ecaleni lakabo baba .siwu7 kumama kodwa sihluke kathathu ngezibongo Mina ngnaye kubaba.nginokucabanga ukuthi uma kungashona umama ngabe kuphelile ngami angnamfowethu angmazi ubaba kanti labs abanye bakwethu baxhumene nemndeni yakabo baba babo ngiyabonga futhi nginhakujabulela ukuthi ningisize kulenkinga ngoba sengihlala ngathi ngingaba ngedwa emini nasebusuku angisafuni kuxoxa namuntu .even kubantwana bami ngithuka sengdinwa ngibathethise abasakhululeki uma benami

Leave a Reply