Thandekile Patrick Maliwa

Hi Andile,

Igama lam ngiwu Nolulama Patricia maliwa, ngifunisa ngobhuti wam u Thandekile Maliwa owaduka ngo 2014 ahlala e Motherwell eNdlovini,.

wanyamalala kungolesine ntambama, abambonayo bathi bagcina ekhona egcekeni kwakhe.

Siyacela omaziyo la ekhona or oweaziyo ukuthi kwenzekani kuye please asazise as umndeni, u Thandekile unezingane ezimbili u Thokozani No Siphesihle ezimkhumbulayo kakhulu and bayamdinga u baba wabo.

nami ngaze ngashada ngingamazi ukuthi ukephi and ngangimdinga kakhulu namanje siyamdinga sonke.

Please Andile siza bo, ongabe uyamazi la ekhona asazise kule number 0786657684.

Ozithobayo,

usisi wakhe u Nolulama Patricia Maliwa.

Leave a Reply