JABI CHALIE DLADLA

Dear Khumbul’ekhaya,

Igama lami ngu Duduzile Dladla ngihlala e Pretoria, Slovoville. Ngicela kwabase Khumbul’ekahaya ukuba bangisize ukungifunisa u BaboMncane.
U BaboMncane ufunwa ngumfowabo ongu Baba wami u Jan Mafika Dladla sihlala e Pretoria, 3379 Slovoville Phase 2, Mpumalanga Street, Winterveldt 0198.
U BaboMncane Igama lakhe ngu JABI CHALIE DLADLA kuthiwa wahamba ekhaya ngo August 1986 waya e Bethal, wasuska lapho waya e Secunda nase Mbalenhle akazange a phinde abuye ekhaya. U JABI Chalie Dladla wasiqgina ekhaya sakhe ka Hennie e Flakfontein emapulazini ase Standerton.
Ngithanda ukuthi kuBaboMncane lapho ekhona azi ukuthi umdeni wakhe uyathanda kanti futhi siyamdinga abuye ekhaya. UMKhulu no Gogo bayamdinga kakhulu nabo, Kanye nabwafowabo nabodadewabo bayamdinga kakhulu. BaboMncane buyela ekhaya siyakudinga.

Onolwazi ngokuthi singa mthola kanjani u Jabi Chalie Dladla angashayela lelikheli:
Mr Mafika Jan Dladla : 0798821022
Ms Duduzile Dladla : 0762820347
0123473152

Obhalile
Duduzile Dladla

Leave a Reply