ugogo wahamba ayothwasa

Hi ngicela ningifunise ugogo wami owahamba ayothwasa eDyveton NGO 1978 ngangisanda kuvela ngalowonyaka igama lakhe kwakungu Talkie Mhlanga aganele kwa Mabena eHeidelburg abantwana bakhe uMacaleni.uMami.uTong.uPetros no Joshua bakwaMabhena umyeni wakhe kwakungu Billy Mabena noma owaziyo ngaye noma ithuna lakhe okungenani angithinte

Leave a Reply