Jabulani Enoch Sibisi

Hi. Igama lami ngu Nomusa Sibisi. Ngicela ukufuniswa ubaba wami Jabulani Enoch Sibisi. Ngahlukana naye ngonyaka ka 1990 ngineminyaka engu 4. Wayakhe e KZN e Cato Ridge esigodini okuthiwa yi Sankontshe. Umfowabo omncane kwakungu Themba Sibisi udadewabo kungu Makhosi kanye no Tozi Sibisi. Ngiyabonga. Onolwazi angashiya I comment langaphansi noma angithinte nge email …. sibisi.nomvula@gmail.com

Leave a Reply